Download lagu Joyous Celebration - bambelela Mp3

Joyous Celebration - bambelela

Listen: 36

Duration: 06:36

MP3 size: 9.06 MB

Lirik Lagu bambelela oleh Joyous Celebration :

Uhambile emhlabeni
Ubonile zonk' izehlo
Ulimele ukhathele (awunakuthula)
Bika konke eNkosini
Ufune njalo ubuso bakhe
Ungabheki nasemumva
Qhubekela ekujuleni
Ufune njalo ubuso bakhe
Ungabheki nasemumva (hlal' ezinyaweni)
Mfune njalo, ungashalazi
Yiba yibo ubufukazi
Bokuth' uJesu uyaphila
Futhi ngek' akushiye
Bambelela, qinisela, bekezela konke
Kuzolung', bhek' ithemba lakho kuye njalo
Hlala njalo, themba njalo, khuleka njal' kuBaba
Ulalele, ulindele ukukhala kwakho
Bambelela, qinisela, bekezela konke
Kuzolung', bhek' ithemba lakho kuye njalo
Hlala njalo, themba njalo, khuleka njal' kuBaba
Ulalele, ulindele ukukhala kwakho
Ngik' xoxole ke
Ngiyhambile nay' eyami
Ngidlulile kokunzima
Ngalimala, ngadangala (kwaphel' ukuthula)
Yena weza wangisiza
Wangikipha obishini
Yena yedwa, usizo lwakho
La lungavela khona
Nawe uma uhluleka
Isimo sakho sibophele
Biz' uJesu umsindisi (akahlulwa yilutho)
Unamandla uyaphila
Sihlangu sakho sokuvika
Futhi kuye sikhuselwe
Ngakho ka, mthemba njalo
Bambelela, qinisela, bekezela konke
Kuzolung', bhek' ithemba lakho kuye njalo
Hlala njalo, themba njalo, khuleka njal' kuBaba
Ulalele, ulindele ukukhala kwakho
Bambelela, qinisela, bekezela konke
Kuzolung', bhek' ithemba lakho kuye njalo
Hlala njalo, themba njalo, khuleka njal' kuBaba
Ulalele, ulindele ukukhala kwakho
Bambelela (bambelela)
Qinisela (qinisela)
Bekezela (bekezela)
Uzophumelela njalo (uzophumelela njalo)
Bambelela (bambelela)
Qinisela (qinisela)
Bekezela (bekezela)
Wena uzophumelela (uzophumelela njalo)
Bambelela (bambelela)
Qinisela (qinisela)
Bekezela (bekezela)
Uzophumelela (uzophumelela njalo)
Bambelela (bambelela)
Qinisela (qinisela)
Bekezela (bekezela)
Uzophumelela (uzophumelela njalo)
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo
Bambelela, qinisela, bekezela
Uzophumelela njalo
Ngimbonile kweyam' impilo
Engangishiyi
Kodw' engephumelelisa njalo
Yebo, ngimthembile
Yebo, ngizohlala naye njalo
Yebo, yebo, ye-
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo, yebo
Uzophumelela njalo
Yebo, yebo

Download Lagu MP3 Bagus Terkait :

Home